#Isinamuva #Sjava #Amafu LYRICS: Ehhh hayayayaya yo Hayayayaya Eshe Ngyolala ngimbonile owakwam (eshe) Ngyolala ngimbonile (eshe) Noma lingaguqul′ amafu Noba kungadum' izulu Noma ′ngathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Noma lingaguqul' amafu Noba kungadum' izulu Noma ′ngathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Noma lingaguqul′ amafu Noba kungadum' izulu Noma ′ngathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Ngizobe ngilindile Ngizobe ngi li Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngi li Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Indlel' engimkhumbule ngayo weh Ngizwe ngathi ngiyasangan′ ekhanda Bayajabula abakubonayo laph' ukhona sthandwa sam weh Ngithi hhayi akubona ubuhle bomuntu lobu Uphuphuzel′ uboy' ebsweni Sithi unyathela ngabantwana Angisay'khulumi ngamehlo ngathi yi Ngelosi Awu shon′ amalanga, shona malanga mina ngiyobon′ udali Ngathi neskhathi sesihamba kanance Bane kuya ngam ngabe sengihleli nawe Sixoxa ngothando lwethu Sibukan' emehlweni weh Ngathi ngiyambona esemoyizela Ngathi ngiyambon′ esemamatheka Ngathi ngiyambon' esengishalazela Futhi unamahloni njalo nje Noma lingaguqul′ amafu Noma kungadum' izulu Noma kungathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Noma lingaguqul′ amafu Noma kungadum' izulu Noma kungathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Noma lingaguqul' amafu Noma kungadum′ izulu Noma kungathiwani Ilanga liyoshona Ngyolala ngimbonile owakwami Ngizobe ngilindile Ngizobe ngili Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngi li Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Ngizobe ngilindile Yazi luhl′ uthando lwethu bo Yint' intle ayidingi ukoniwa Bazamile bahlulekile bonke Abebethi banginyindela kuwe Ngithand ukuthembeka kwakho mina dali Nokungithanda ngoweqiniso Ngiyathembisa ngeke ngikuphoxe Ngibukanise ngawe nezwe lonke Ph
Casting
Sjava
Singer
Vous aimerez aussi
Lloyiso - Dream About You (Official Audio)
Nathi - Buyelekhaya [ with Lyrics]
BEST THROWBACK RnB Video Mix 2024 & POP HITS,[RIHANNA,NE ,KERI BRUNO MARS,NELLY, DJ SCRATCHER
Dadju 2023 MIX - Les Meilleurs Chansons de Dadju - Best Songs Dadju
DJ FESTA - CLASSIC JAMZ | 90s & 2000s RnB/Soul, UK RnB & Pop mix
EARLY 2000s BEST OF THE BEST RNB-HIPHOP MIX
Akon - Lonely
90'S R&B PARTY MIX - Mary J Blige, Usher, Mario, Mariah Carey - OLD SCHOOL R&B MIX
Dadju Les Plus Grands Succès - Dadju Best Songs - Dadju 2022 MIX
Throwback R&B Classics - Ne Yo, Rihanna, Beyonce, Chris Brown, Alicia Keys
BEST SONG OF AKON - AKON GREATEST HITS
90s R&B Hits - 90's R&B Mix (Throwback RnB Classics)
Taya - Arthur Nery, Because, Pio, Deny, Just Hush, & Lo Ki (OST from the VivaMax Movie "TAYA")
R&B Greatest Hits Playlist - R&B Party Mix - Ne Yo, Rihanna, Beyonce, Chris Brown, Alicia Keys
Jungle Jail
PHARRELL WILLIAMS - DOOWIT . MINIONS
SZA - Snooze (Lyrics)
Summer Walker - Finally Over It (Official Lyric Video)
Bruno Mars - Risk It All [Official Music Video]
Ayra Starr - Rush (Official Music Video)
【FULL】保安用烟花大战巨蛇,救下美女空姐!【巨蛇闖女校 Rising Boas in a Girl's School】|驚悚 災難 |【電影派對】
Bruno Mars - Dance With Me [Official Audio]
Sjava - Uthando
Sjava - Amafu (Official Lyric Audio)
Commentaires
1 commentaires
